Amabhenanyawo Ingoma eyasemkhomazi

Amabhenanyawo Ingoma eyasemkhomazi ingoma eyakithi eMkhomazi Amabhenanyawo lapha sihlanganisa bonke abashayi bengoma baseMkhomazi kanye nabalandeli bomculo waseMkhomazi.

sihlanganisa labo asebephumelele nalabo abasazama impumelelo. sigqugquzelwa ukuthengwa kwama original CD ukuze umculo wakithi uthuthuke ukhule uqhubeke uye phambili.

Sezifikile lezozinsuku
12/11/2024

Sezifikile lezozinsuku

12/04/2024
Mabhenanyawo nakubo onke abathandi bomculo ka Maskandi nakumabhinca nation wonke ngicela samukele nanku umsebenzi kaNyon...
29/02/2024

Mabhenanyawo nakubo onke abathandi bomculo ka Maskandi nakumabhinca nation wonke ngicela samukele nanku umsebenzi kaNyoni Emhlophe usuyatholakalo kusukela namhlanje. Ungaphuthelwa zizwele Inkosi yamathuluzi.

Ubumnandi into yakhona kwelaMabhenanyawo futhi vele thina sidume ngezinto ezimnani zokujabulisa abantu. Asihlanganeni kh...
06/12/2023

Ubumnandi into yakhona kwelaMabhenanyawo futhi vele thina sidume ngezinto ezimnani zokujabulisa abantu. Asihlanganeni khona eXopo ngomhlaka 23 December ku BUHLEBEZWE MUSIC FESTIVAL. kudlule 2 days bese kuthi ngezi 26 December siphinde sihlangane eNhlazuka e Thusong Centre

KUKHUL' UYOZE UKUBONE. Phezulu eNhlazuka eMbuthiswen THUSONG CENTER asiphelelekhona. Minyaka yonke lomcimbi uhlale ukhon...
05/12/2023

KUKHUL' UYOZE UKUBONE. Phezulu eNhlazuka eMbuthiswen THUSONG CENTER asiphelelekhona. Minyaka yonke lomcimbi uhlale ukhona njalo ngo December 26. Bafwethu nani bodadewethu Siyihambile imicimbi kamaskandi unyaka wonke ezindaweni ezahlukahlukene futhi lemicimbi kade ihlelwe abantu abahlukahlukene Sekuyisikhathi somkhaya manje asiphumeni ngobuningi bethu siye emcimbini wangakithi ohlelwe abahleli bangakithi futhi kusezandleni zethu ukuthi lomcimbi siwuphakamise uze ube nodumo njengayoyonke lemicimbi ebesiyihamba unyaka wonke. Uma sithenga amathikithi alomcimbi ngobuningi bethu sizobe sikhuphula izinga lawo lomcimbi kanye nezinga lendawo yangakithi futhi sobe sinika nabahleli bawo lomcimbi ingcindezi yokuthi ngonyaka ozayo benze sure ukuthi likhule izinga
Lalomcimbi baphinde basilethele namanye ama Artist esihlale siwabonela kude angakaze afike endaweni yangakithi. Siphinde sibonge nama Artist angakithi ukuthi indlela azithobe ngayo kithina mphakathi wangakubo. noma esedume ngalendlela adumengayo ehlonishwa ezwe lonke ngengoma kodwa asakwazi ukuthi uma kunalomcimbi afike azosidlalela ingoma ezodlala ekhaya bafwethu siyabonga niyilento ephezulu ekhekheni. ASIBONANEKHONA nge 26 December

Address

INhlazuka
Richmond

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amabhenanyawo Ingoma eyasemkhomazi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Amabhenanyawo Ingoma eyasemkhomazi:

Shortcuts

Share